LYRICS

[LYRICS] Leverage – Ndawonye ft. MusiholiQ

By

on

 

 

[LYRICS] Leverage – Ndawonye ft. MusiholiQ

[VERSE 1]
Nina bohlanga lomhlabathi
Ngithi angidlulise ukubonga, ukwanda kwaliwa ngumthakathi
Asethembe niphephile, can’t in particular
Say konke kuhamba kahle but its steady siyaphila
Aw Sithi Lokishi (Lokishi)
Zona zithi kutsa nayi Moemish
Indida uthi uphusha nje kube nemqondo ebolile
Bethi bek’bongela kodwa izenzo zabo yisolisa
Ai phela izilele oGoma, kuleli insizwa maan
Nkosi ngicela ungigcinele nje eyikhona, kulezi insiza baba
Uquqaba nje olunikele nje bukhoma eMazweni, ai kungivusela
Iminjunju ukuyibona yiwile abangani bethi ayikona yilwile kanjani
(Nase Mculwеni) leSound idinga abantu abaCorrect
Went and found oMabhiza lеSoweto
On Production he’s a poet
But naye manje usengomunye wabafowethu

[CHORUS]
Siwolwe Ndawonye, kwawuk’hluka hluka
Kwezimo, Aw Zulu ubalonde aBafowethu
KwezimaZombe, Aw Zulu ubalonde abafowethu
Ubalonde abafowethu, aw ubalonde abafowethu

[VERSE 2]
Mina im all for laba abangakhoni ukulala
Shayi ispani lesiya noma liyoshona ilanga
Im all for laba abaControl(a) uLaka
All for ukuhlala ngesizotha ekhaya
Nabashaya iFlop bagcina sebengoBaba
All because they did’nt Condomize
BangaCrossa abagcina ngok’Compromise(a)
Manje bayondla iZingane ziyabhodla azilali
Balonde ababoshwa bengonanga
Bathobe nomoya wabo ungonakali
Ngoba kuyisono ukujezela into ongayazi
Bayak’Judge(a) bengalazi uhlangothi lwakho
And just keep breathing with the knee on your neck
And just keep living thou you got nothing left

 

[CHORUS]
Siwolwe Ndawonye, kwawuk’hluka hluka
Kwezimo, Aw Zulu ubalonde aBafowethu
KwezimaZombe, Aw Zulu ubalonde abafowethu
Ubalonde abafowethu, aw ubalonde abafoweth

DOWNLOAD AUDIO

Recommended for you