LYRICS: Romeo Makota, Eemoh – Abangifuni
Kuye kwenziwe njani mase kunje?
Kuye kuthiweni mase kunjana?
Abangifuni ekhaya lami
Abangifuni ekhaya lami
Baqinisile umNdeni uyowu thola endleleni
Bonke okhule nabo bayo phela emehlweni
Abangifuni ekhaya lami
Abangifuni ekhaya lami
Wempumelelo wangi lethela izikhulumo
Bengithi uzongi lethela uthando no vuyo
Abangifuni ekhaya lami
Abangifuni ekhaya lami
Sengifana ne ntandane mina
Mangithi ngiya ekhaya ngizothi ngiyaphi
Abangifuni
Abangifuni