LYRICS

LYRICS: Fakaloice – Sekunjalo ft. Macarisma

By

on

Fakaloice - Sekunjalo ft. Macarisma

LYRICS: Fakaloice – Sekunjalo ft. Macarisma

Sekunjalo weleeee esanta
Tatazela tatazela igwala
Ngithi xhamazela tatazela igwala

Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango

Khule sihlushwa ikweletu
Blukwe ngilifasa ngespeletu
Khisimusi bengswenka ngempesheni
Empeleni ngifuna amasheleni
Baconsa amathe mangivela manje
Kushay’umoya mangidlula manje
Keyaspana kuyoshon’ilanga
Phum’endlin liqal’ukhithika
Ezabolova ziyakikiza
Mawbona mina ubona amamitha
Ugway ok’hlaza sithenga ama-litre
Badl’ibhentshi abanye abapikwa
Ekse ntwana umakhelwane ungamla
Phum’edustin bengcwel’udaka
Lana angizang’ukuzodlala amavaka
Ngibong’umdali nobaba nomama

 

Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango

Mangiswenka ngiswenka engath’ukhisimusi
Odali bangithanda engathi ngidl’umuthi
Ngathi ngidla umuthi
Ngathi ngidla umuthi
Ngathi ngidla umuthi
Sebevumile
Ntwana isi-signer ama-deal
Bakhala mi
Bathi hluleka uzamile
Banginika i-call bathi ntwana usu-on
Phakathi inside ngibaqed’umona
Stove samalahle mungthinta ngiyashisa
Khala abantwana bathi I’m so thandekil’
Sekunjalo
Mfwethu impilo injalo
Awubheke nje eh
Awubheke nje eh

Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Sekunjalo bo
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango
Mnyango vuleka mnyango

DOWNLOAD AUDIO

Recommended for you