LYRICS: PA Fakaloice – Angzazi
(Chorus) Nkulunkulu min’izitha zam angzazi
[x2] Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami
[Verse 1]
Mangshona le nabashona le Nkulunkulu
ngcela ungvikele Iksasa anglaz ukuth lingphathelen
Umhlaba unezitha ziphelele
Thatha ama chance laphaka i-flag Bonke ngbafilisa i-pressure
Nyusan i-pace Banye bavala amagate
Angnamali Emphakathini bakhala nami
Angnawo maningi Mangfika ngfika nezinja zami
Ngthe masengfikile
Bakhombana bodwa bath angena amanz’endlin [x2]
(Chorus) Nkulunkulu min’izitha zam angzazi
[x2]
Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami
(Verse 2) Mina ngphush’iphupho lami Bafuna konke okungokwam
Nghlel’iphansi ngyacabanga Kahle kahle uban’ogcwale ngam?
Angi understandi Bafethu animeni Emakhonen’inkulumo azipheli
Zwelana nam ngaphakathi u happy Why why why?
Bafeth animeni now now now…
Impilo yam ngisebenzele Kunini ngigudla ntwana ngbekeze
My enemies ayangphazamisa And my family is all I need…
(Chorus) Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2]
Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami